Isolezwe

Unqaba nocansi ofuna ukuthulwa kunkosikaz­i

-

OUR PERFECT WEDDING Mzansi Magic (161)

NgeSonto ngo-7 ebusuku

UCONSOLATI­ON noBeauty bahlangana eminyakeni emithathu edlule.

UConsolati­on wacela ukuthi bashade ngemuva kosuku ehlangane noBeauty, manje sebekulung­ele ukuthi bashade.

UKhanyisa Titus uzobonakal­a ehamba nalezi zithandani zihlangani­sa amalungise­lelo omshado.

MNAKWETHU

1Magic (103)

NgoMgqibel­o ngo-8 ebusuku

UDLUDLA udinga ukuthola imvume kunkosikaz­i wakhe wokuqala, yokuthi athathe owesibili.

Inkinga yakhe wukuthi lona afuna ukumenza unkosikazi wesibili uyanqaba ukuthi baye ocansini ngoba ufuna ukuthi amethule kunkosikaz­i wakhe kuqala, ngaphambi kokuya ocansini.

 ??  ?? KHANYISA TITUS
KHANYISA TITUS
 ??  ?? UMUSA Mseleku uzohlangan­a nowesilisa ofuna amsize abikele unkosikazi wokuqala, ukuthi unomnakwab­o afuna azane naye
UMUSA Mseleku uzohlangan­a nowesilisa ofuna amsize abikele unkosikazi wokuqala, ukuthi unomnakwab­o afuna azane naye
 ??  ??

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa