Isolezwe

Banezezele izinhlobo zeKia Sportage

- FANELESIBO­NGE BENGU

engu-2.0 kaphethrol­i njengoba phambilini bekukhona ekadizili kuphela.

Ngaphezu kwezinto i-Ignite ephuma nazo yona yengezwe i-electric parking brake, front park distance control, rain sensing wipers, cruise control, Smart Key futhi idunyiswa ngebhathin­i, amawindi avalwa ngogesi nokunye.

Kukhona futhi ne-EX PLUS nayo oyithola ngezinjini ezihlukene kabili okungekaph­ethroli eyi-2.0 litre nekadizili eyi2.0 litre.

Inamarimu angu-19 inch, izihlalo ezihlelwa ngogesi ngaphambil­i, ikhamera eveza ingemuva uma uhlehla kanjalo ne-touchscree­n engu-7 inch eveza nenkomband­lela.

Ezinye izinhlobo azishintsh­anga kwazise kusekhona eziyi-2.4 GDI ne-2.0 CRDI SX AWD ne-1.6 T-GDI GT Line.

ISportage iyimoto ekahle kubantu abanomnden­i ngoba ivulekile ngaphakath­i okwenza abantu bahlale ngokukhulu­leka futhi nebhuthi layo likhulu. Amanani

Sportage 2.0 Ignite 6-speed Manual R369 995

Sportage 2.0 Ignite PLUS 6-speed Manual R376 995

Sportage 2.0 Ignite 6-speed Automatic R382 995

Sportage 2.0 Ignite PLUS 6-speed Automatic R389 995

Sportage 1.7 Ignite PLUS 6-speed Manual R406 995

Sportage 2.0 EX 6-speed Automatic R429 995

Sportage 2.0 EX PLUS 6-speed Automatic R459 995

Sportage 2.0 CRDI EX 6-speed Automatic R487 995

Sportage 2.0 CRDI EX PLUS 6-speed Automatic R517 995

Sportage 2.4 GDI SX AWD 6-speed Automatic R557 995

Sportage 2.0 CRDI SX AWD 6-speed Automatic R567 995

Sportage 1.6 T-GDI GT Line AWD 7-speed DCT R599 995

Zonke ziphuma neWarranty yeminyaka emihlanu neService Plan yeminyaka emihlanu noma u-90 000km.

 ??  ??
 ??  ??

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa